-50%

Ugqozi lwe Ndlovu

Original price was: R56,00.Current price is: R28,00.

You save R28,00

1364 in stock

1364 in stock

Add to wishlist

UNdlovu noGundane babengabangani. Izilwane ezinye ezinkulu njengoBhubesi babengabuqondi lobubungani. Kwenzeka kanjani ukuthi isilwane esikhulu njengoNdlovu senze ubungani nesilwane esincane njengoGundane? UNdlovu wayenenye inking futhi … wayengakuthandi ukubamkhulu. Wayecabanga ukuthi umzimba wakhe wabe uyinkinga kuwowonke umuntu, futhi efisa ukubamncane njengoGundane. Kuthe ngelinye ilanga uNdlovu wafanela ukusiza uGundane ngokusebenzisa umzimba wakhe omkhulu, ilaphoke afunda ukuthi kukhona okuhle okungenziwa umzimba omkhulu.

Additional information