-50%


Ucingo lokweneka
Original price was: R59,00.R29,50Current price is: R29,50.
You save R29,50
858 in stock
858 in stock
UTika umdlwane ogangile futhi onemikhutshana emibi. Ulinda uMama aqede ukuwasha, kuthi lapho eseneke impahla ocingweni, afike ayidonsele phansi. Akakhathalele ukuthi impahla imanzi noma yomile ? ujabuliswa ukuyibhuquzisa enhlabathini. Akakhathalele ngisho namandla kaMama ayewasebenzisa ukuwasha impahla ? uyaqhubeke yena nokungcolisa impahla. Konke lokhu ngumdlalo kuye, kepha lesisenzo sasimucasula uMama. UMama uthatha isinqumo sokumufundisa isifundo.
Additional information
- Publisher
- Language
- Series
-
No of pages
16
-
Format
Paperback
- Subject
- Age range
-
Dimensions
148x210x3
- ISBN: 9781920444044
























