-50%

UAnga uthola umdeni omusha

Original price was: R56,00.Current price is: R28,00.

You save R28,00

1663 in stock

1663 in stock

Add to wishlist

UAnga wayezihlalela ngokujabula nobaba wakhe. Kwathi lapho ubaba wakhe emtshela ukuthi uzothola umndeni omusha, wafikelwa unya nomona ngoba wayengathandi ukwabelana ngezinto zakhe ngisho nekamelo lakhe imbala. Wayengafuni kube noshintsho empilweni yakhe, lokhu kwamenza afikelwe umunyu. Kwathi lapho ehlushwa isiqhwaga esikoleni, wasizwa udadewabo omusha. Kuthe uma befika ekhaya umama wakhe omusha wamuhlenga imihuzuko. Kulaphoke afunda ukubonga isipho somndeni, okuthandayo nokunakekelayo. Wafunda nokuthi kumele abuyise okuhle ngokuhle.

Additional information