-50%

Nabafana bayabhaka

Original price was: R59,00.Current price is: R29,50.

You save R29,50

1150 in stock

1150 in stock

Add to wishlist

UPhinda uthanda imidlalo, isiginci kanje nemidlalo kamabonakude. Uthanda kakhulu futhi nokubhaka. Afunda ukubhaka kugogo wakhe futhi kwakumjabulisa kakhulu. Wayeba namahloni ngoba wabe engumfana othanda ukubhaka. Kwathi ngosuku lwemisebenzi eyahlukene esikoleni, abafundi bamangazwa ukuthi ubaba kaTina ungushefu obhakayo. Kulaphoke uPhinda naye athatha isinqumo sokuthi ngeke asaba namahloni ngothando lwakhe lokubhaka. Iphupho lakhe naye lokuba ushefu wokubhaka, uyakuthanda futhi lizofezeka.

Additional information