-50%


Angifuni
Original price was: R59,00.R29,50Current price is: R29,50.
You save R29,50
982 in stock
982 in stock
USipho wabe enodadewabo nomfowabo. Nguye umagcino. USipho wabe evilapha engafuni nokusiza ngemisebenzi yasekhaya. Wayethanda ukudlala ngamathoyizi kadadewabo nomfowabo, angafuni futhi ukuwaqoqa uma eseqedile ukudlala. USipho wayethanda ukuthi, ?Angifuni!? ngasosonke isikhathi uma udadewabo nomfowabo bemcela ukuthi akasize ngemisebenzi yasekhaya. UMama wasibona lesizenzo sikaSipho esingesihle, wabe esethatha isinqumo sokumfundisa isifundo. Wafunda ukuthi ukusiza ngemisebenzi yasekhaya kumnandi futhi kunenzuzo.
Additional information
- Publisher
- Language
- Series
-
No of pages
8
-
Format
Paperback
- Subject
- Age range
-
Dimensions
148x210x3
- ISBN: 9781920444570
























