-50%


Amankankane
Original price was: R59,00.R29,50Current price is: R29,50.
You save R29,50
774 in stock
774 in stock
Amankankane kwabe kuyizinyoni ezinkulu, ezinhle kepha ezinomsindo. Zazithanda ingadi kaKhetha noBhungu. Ukhetha noBhungu basebewathanda kakhulu lamankankane, baze bajahe nokushesha baphume esikoleni ukuze bazowagijimisa ingceke lonke. Amankankane lawa ayengesabi lutho futhi ethanda ukudlala nabafanyana. Ayethusa ngisho nezinja imbala ngokudla ukudla kwazo. Amawele abona ukuthi izinyoni lezi zenza ingadi yakubo ibe yinhle futhi nabantwana abanye bethanda ukuzodlala kuyo.
Additional information
- Publisher
- Language
- Series
-
No of pages
16
-
Format
Paperback
- Subject
- Age range
-
Dimensions
148x210x3
- ISBN: 9781920444341
























