-50%

Wash umlilo!

Original price was: R59,00.Current price is: R29,50.

You save R29,50

461 in stock

461 in stock

Add to wishlist

UZipho noPhilile bangabangani abasondelene, futhi bahlala bedlala ndawonye. Bavame ukudlala endlini nonodoli babo, futhi bashaye sengathi bapheka isihlabathi namaqabunga ekopini likabhontshisi. Ngelinye ilanga, bathathe isinqumo sokubasa umlilo wangempela ukuze bapheke ukudla kwangempela. Baqala umlilo omncane, kodwa kuthi uma sebezwa iphunga elimnandi lokudla bahluleke ukubekezela bangezele izinkuni emlilweni. Umlilo uba mkhulu ubaxake, bese la mantombazane atatazelayo acashe emuva kwendlu. Inja yakwamakhelwane imxwayise ngokukhonkotha, bese abize izicishamlilo, eziwucishayo umlilo futhi ziwathethise amantombazane ngokudlala ngomlilo.

Additional information