-50%

Ukubhonga kukaMpilo

Original price was: R59,00.Current price is: R29,50.

You save R29,50

1151 in stock

1151 in stock

Add to wishlist

UMpilo wabe enguthumbu emndenini wakubo. Wayenabafowabo ababili , ayethanda ukudlala nabo ngoba wayefunda kukhulu kubo. Ngelinye ilanga ubaba wabo wabafundisa ukuthi kumele baziphathe kanjani njengezinkosi zehlathi. Isifundo sokuqala kwabe kungubhonga. Wabafundisa ukubhonga kakhulu futhi ngokuziqhenya. UBaba wanika omunye nomunye ithuba lokubhonga ukuze azizwele abafundise khona. Abafowabo baMpilo babhonga kakhulu kwazwakala. UMpilo yena wenza umsindo ofana nowekati. Wafunda ukuthi uma ehlala njalo efunda ngokuzimisela angangcina esengumpetha wokubhonga.

Additional information