-50%

UBhiza isilomo

Original price was: R59,00.Current price is: R29,50.

You save R29,50

1653 in stock

1653 in stock

Add to wishlist

UBhiza indlulamithi efisa ukuya esikoleni ukuze yenze abangani abasha. Usuku lwakhe lokuqala esikoleni lwalungeluhle. Wathola ukuthi nguye omude kunazo zanke izilwane futhi wayengakwazi ukwenza izinto njengezinye izilwane. Wafikelwa ukujabha. Izilwane ayefisa ukwenza ubungane nazo , zamenza inhlekisa ngoba emude kakhulu. Zazingafuni ngisho nokudlala naye ngoba ahlukile kuzo. Ngelinye ilanga izilwane lezi zadinga usizo lomuntu omude, kulapho ke zafunda ukuthi uBhiza uyefana nazo futhi ubalulekile kuzo.

Additional information