Ngesikhathi uBaba ephelelwa umsebenzi
Original price was: R75,00.R37,50Current price is: R37,50.
You save R37,50
611 in stock
611 in stock
Incwadi ethi Angesabi iwuchungechunge lwezincwadi ezimayelana nokubhekana nezimo okokuqala. Inhloso yayo ukuhlomisa izingane, kanye nabazali bazo nothisha, ukuze bakwazi ukubhekana nezehlakalo zempilo, ikakhulukazi uma behlangabezana nazo okokuqala. Izimo zempilo ezidingidiwe azethulwa njengasencwadini ewumhlahlandlela wokubhekana nezimo, kodwa zethulwe ngendlela yokubheka izimo zempilo zangempela ezivezwe ngendlela – ebuye idabukise – yendaba enabalingiswa beqiniso umfundi angazifanisa nabo. Umfundi akabhekani nesimo esithile kuphela, kodwa indlela abalingiswa abaqonda futhi babhekane nezimo ngayo iphinde ibe nomthelela ongaqondile ekuthuthukisweni kwezindlela zokubhekana nezimo zempilo ngokwendlela, phakathi kokunye, yokuziphatha nokuxhumana nomphakathi (ubungani, uzwelo, ukunakekela, ukuqonda), ezokuxhumana, okunhlobonhlobo okuphathelene namaqembu kanye nendlela yokubhekana nesigameko ngokujwayelekile.
Additional information
- Publisher
- Language
- Series
-
No of pages
20
-
Format
Paperback
- Subject
- Age range
-
Dimensions
148x210x3
- ISBN: 9781928487029



























