-50%

Inkinga enkulu kaMadlebe noThandeka Ndlovu

Original price was: R59,00.Current price is: R29,50.

You save R29,50

282 in stock

282 in stock

Add to wishlist

Kusenkwindla, futhi amaqabunga aseqale ukuba bomvu futhi amanye aphuzi futhi amanye ansundu. Kodwa uMazinywana Indlovu uguliswa yikho konke ukudla ngaphandle kwamaqabunga aluhlaza satshani. Lokhu kubakhathaze abazali bakhe, uMadlebe noThandeka. Bese izilwane zihlangane zithathe isinqumo sokuthola iseluleko sikaSikhova Ohlakaniphile, okuwukusebenzisana ukuhlanganisa amaqabunga aluhlaza satshani abekelwe ubusika obuzayo emfuleni ozowomisa ngamakhaza ngokusizwa uMoya Waseningizimu Obandayo. Ngale ndlela, uMazinywana uzoba namaqambunga aluhlaza satshani anele ukuba awadle kuze kube namaqabunga aluhlaza satshani entwasahlobo nasehlobo.

Additional information