UThaku owehlukile
Original price was: R65,00.R32,50Current price is: R32,50.
You save R32,50
987 in stock
987 in stock
UThaku indlulamithi wayejabule ngokuyoqala esikoleni nokuzakhela abangani abasha. Ngosuku lokuqala esikoleni, waqonda ukuthi wayemude kunezinye izilwane. Wayengakwazi ukwenza izinto ezazenziwa ngezinye izilwane, kanti lokho kwamphatha kabi. Izilwane ayethemba ukuthi zizoba ngabangani bakhe zazimgcona futhi zimhleka ngoba emude kakhulu. Zazingafuni ukudlala naye ngoba yena wayehlukile. Ngelinye ilanga, kwadingeka usizo lomuntu omude, ezinye izilwane zase zibona ukuthi uThako naye wayebalulekile ngendlela yakhe njengazo.
Additional information
- Publisher
- Language
- Series
-
No of pages
12
-
Format
Paperback
- Subject
- Age range
-
Dimensions
148x210x3
- ISBN: 9781990999925



























