-50%

UMandla uphephisa umngane wakhe

Original price was: R81,00.Current price is: R40,50.

You save R40,50

552 in stock

552 in stock

Add to wishlist

UNjabulo uvakashela umngane wakhe, UMandla, onesandulela ngculazi (HIV), uma kuphuma isikole. Esangweni lesikole, uNjabulo uvinjwa iziqhwaga zabafana ezizama ukumphoqa ukuba adle iswidi ezimupha wona. Waphunyuka kuzo, wasubatha ngejubane eya kaMandla owabe emdala futhi ehlakaniphile ukuyomtshela ngale sehlakalo. UMandla wabona ukuthi iziqhwaga lezi bezifuna ukuba uNjabulo adle uswidi onezidakamizwa. UMandla weluleka uNjabulo ngobungozi bezidakamizwa nokuthi angadli uswidi awuphiwa abantu angabazi. Bathatha uswidi bawuyisa kuthishanhloko owawudlulisela emaphoyiseni. UNjabulo nomama wakhe bafunda ukuthi noma uMandla onesandulela ngculazi (HIV), kepha ungumngane oqotho.

Additional information