-50%

Ukubhonga kukaKango

R42,50

You save R42,50

367 in stock

367 in stock

Add to wishlist

UKango, iwundlu, wayehlala ehlathini nomndeni wakhe. Wayenabafowabo ababili, ababethanda ukudlala ndawonye. Ubaba kaKango wabona kukuhle ukufundisa abafana bakhe ukwenza njengenkosi yezilwane. Isifundo sokuqala kwaba wukubhonga kakhulu futhi ngokuziqhenya. UKango yena wayengakwazi ukubhonga njengabafowabo – wayetswininiza njengekati. UKango wayelokhu ezama njalo ukufunda ukubhonga kodwa engakwazi. Kwathi ngelinye ilanga abafowabo besengozini, wakwazi ukubhonga kahle futhi kakhulu, wabasindisa engozini. Bonke baziqhenya ngoKango, owabakhombisa ukuthi kubalulekile ukubekezela. Uma uhlala njalo ngokuzama ugcina uphumelele!

Additional information